UMthokozisi benomfowabo uSizwe kanye nomndeni bayathutha eSoweto lapho behlala khona amabombo bawabhekisa eNyoni, enhla neKwaZulu-Natali. Uyise usethenge ipulazi lapha eNyoni. Bahamba nje abathandi ngoba bashiya abangani babo nempilo abayejwayele baya endaweni abangayazi, indawo yasemakhaya. Uma befika eNyoni bahlangabezana nezinselelo zokufika endaweni. Bathola abangani abasha, bafunda ukusebenza emasimini, bafunda nemidlalo emisha. Emva kokufikiswa ngezindlela ezahlukene bazithola sebethanda ukuhlala kule ndawo ngoba babona imizamo yabo yokusebenza kwabo iphumelela. Bayaqala bayejwayela. Abazali babo bayabakhumbuza ukuba bafunde ukonga ngoba kusekude bazuze ngemikhiqizo yepulazi.
UMthokozisi epulazini Ibanga 6 Incwadi Yesithathu
R78,26 Original price was: R78,26.R66,96Current price is: R66,96.
Estimated delivery dates: Wednesday 4. March - Wednesday 11. March
SKU: 9781775711353
Category: Reader-Core
Tag: UMthokozisi epulazini Ibanga 6 Incwadi Yesithathu
Brand: Shuter and shooter
Be the first to review “UMthokozisi epulazini Ibanga 6 Incwadi Yesithathu” Cancel reply
Related products
-14%
-14%
-14%
-14%
-14%
-14%
-14%
-14%



Reviews
There are no reviews yet.