lzibalo ze-Top Class zakhelwe phezu kweSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufu ndisa Nokuhlola. lzibalo zeTop Class emaBangeni aPhansi (Foundation Phase) zithuthu kisa imicabango nezithombe zezibalo, amakhono nolwazi ngokukhuthaza ukuxazululwa kwezinkinga, ukucubungula nokucabangisisa okuhlose ukwakha. Uchungechunge lwalezi zinc wadi zezibalo lwelekelela u mfundi ukuba axhumanise izibalo kanye nalokho ahlangabezana nakho nsuku zonke. lmisebenzi umfundi ayenza eyedwa kanye naleyo ayenza ebambisene nabanye, yelekelela umfundi ukuba akhule aze afinyelele Ezinhlosweni zakhe ezibanzi kanye nalezo Eziqondwe Ngqo yizibalo njengoba ziqukethwe emqu lwini weSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola. Okunye futhi ngukuthi izindawo lapho kubhekwe khona kakhulu ngumongo, yimithombo emihle eveza amathuba ehlukene okwenza izibalo kanye nezibalo zekhanda. lzinto ezakha ibanga ngalinye. lncwadi KaThisha: Umsebenzi oxhumene kahle womntwana nokaThisha. lziqondiso ezicacile zezinhlelo zokufundisa. Amanothi esengezo kanye nezinye izinto eziphathekayo zokwelekelela. lmisebenzi enengcebo neyenabile.
Ulwazi magama oludingekayo lukhonjisiwe.
lncwadi Yomfundi: lmisebenzi esezingeni lomfundi nethokozisayo imnika umdlandla umfundi wokuba abe yingxenye yalokho okwenziwayo. lmisebenzi eminingi nemihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola. lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi. lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile. Ulimi lusezingeni elihle. Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa. Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemidwebo ekhangayo. lncwadi Yokusebenzela: lmisebenzi emihle nesezingeni lomfundi iyakhuthaza inike nomdlandla. lmisebenzi eminingi emihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuH Iola. lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi. lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile.
Ulimi lusezingeni elihle.
Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa.
Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemidwebo ekhangayo.
Shuters Top Class Izibalo Ibanga 2 Incwadi Yomfundi
R127,00 Original price was: R127,00.R109,00Current price is: R109,00.
Pay in flexible instalments over 3, 4 or 6 months with Stitch Buy Now Pay Later.
Estimated delivery dates: Friday 6. March - Friday 13. March
SKU: 9780796047021
Category: IsiZulu
Tag: Shuters Top Class Izibalo Ibanga 2 Incwadi Yomfundi
Brand: Shuter and shooter
Be the first to review “Shuters Top Class Izibalo Ibanga 2 Incwadi Yomfundi” Cancel reply
Related products
-14%
-13%
-14%
-14%
-14%
-14%
-14%
-14%



Reviews
There are no reviews yet.