Untuthuko Langa wadlwengula intombazane, kwazalwa uNqoba. Untuthuko uyazama ukuliphika icala kodwa ehluleke. Isigwili esinguyise kaNtuthuko sakha itulo lokuba ibulawe le ngane. Kusona le ngane iyizibi nje. Ngenhlanhla uyasinda uNqoba, akhule aze abe ummeli. AbakwaLanga bazi ukuthi wafa kudala uNqoba. Nakho-ke nUtuthuko esedinga igazi emva kokulinyazwa yizigebengu. Inkinga enkulu kuba wukuthola umuntu onohlobo lwegazi elifana nelikaNtuthuko. Abenhlangano kazwelonke ethekelisa ngegazi bagcina bethole uNqoba. Ingabe uzovuma ukunikela ngegazi lakhe ukuze asindise impilo kaNtuthuko?
IGAZI LEZIBI (NOVEL)
R142,00 Original price was: R142,00.R123,00Current price is: R123,00.
Estimated delivery dates: Thursday 23. April - Thursday 30. April
Be the first to review “IGAZI LEZIBI (NOVEL)” Cancel reply
Related products
-15%
-12%
-12%
-15%
-12%
-14%
-14%
-15%



Reviews
There are no reviews yet.