Le ncwadi oyiphethe esandleni sakho yincwadi ebaluleke kakhulu ukuqonda nokujabulela ubuciko bomlomo! Iqukethe izinkondlo ezimnandi ezibhalwe yizimbongi ezahlukahlukene. Kuzona kukhona ezabesilisa nezabesifazane, eziqalayo ukushicilela nalezo esezigiye kaningana enkundleni yobuciko bokubhala imibhalo yolimi lwesiZulu. Izinkondlo ezilapha zikhuluma ngezindikimba ezahlukahlukene futhi zibhalwe ngolimi olumtoti noluzwakala kamnandi. Le ncwadi inemibuzo nezimpendulo ezisiza abafundi ngezivivinyo abazobhekana nazo. Sonke siyazi ukuthi izinkondlo ziqukethe ulimi oluqinile kunalolu esilusebenzisa nsuku zonke; kodwa ungathazeki ngoba kule ncwadi sikuchazela amatemu
kanye namagama alukhuni ukuze uziqonde kalula izinkondlo futhi uzijabulele. Kuyajabulisa ukufunda ngababhali bezinkondlo, yingakho nje sikufakele imilando yababhali bonke ukuze wazi ukuthi bangobani futhi baphuma kuphi.
Imvunge yokusa (poetry FET)
R107,00 Original price was: R107,00.R101,00Current price is: R101,00.
Dispatched in 2 to 10 working days
Be the first to review “Imvunge yokusa (poetry FET)” Cancel reply
Related products
-6%
-7%
-6%
-6%
-5%
-6%
-6%
-6%



Reviews
There are no reviews yet.