Ukufa kukaMangena ebulawa yingozi yemoto kuba ukuqala kochungechunge lwezinkinga emndenini wakwaMnguni.
Le noveli igqamisa kakhulu ukungqubuzana phakathi kwenkolo yasentshonalanga kanye neyomdabu. Ukufa kukaMangena kubhebhezela ukungezwani phakathi komndeni wakhe ohlala esilungwini, eRichards Bay kanye nomndeni wakubo lapho ezalwa khona ePhathane. Ukufundwa kwencwadi kamufi
enkonzweni yesikhumbuzo kubhebhezela kakhulu udweshu kule ndaba.
UMnguni okunguyise kaMangena uzama ngakho konke okusemandleni ukuphikisa intando kamufi. Ngabe uMnguni uzophumelela yini ukufezekisa izinhloso zomndeni?
Zifundele le noveli uzwe isiphetho salokhu kungqubuzana.
Intando Kamufi (isiZulu novel)
R245,00 Original price was: R245,00.R228,00Current price is: R228,00.
Dispatched in 2 to 10 working days
Be the first to review “Intando Kamufi (isiZulu novel)” Cancel reply
Related products
-6%
-6%
-6%
-6%
-6%
-6%
-6%
-6%



Reviews
There are no reviews yet.