Lolu hlelo luyizingxenye ezintathu. 1. lncwadi Yomfundi Le ncwadi iyingxenye eyisisekelo salolu hlelo ngoba izifundo eziningi ezikuyona zihambelana nezikwezinye izingxenye zalolu hlelo. Kulapho kuthuthukiswa khona amakhono abafundi, kungaba elokulalela nokukhuluma, elokufunda nokubukela kanye nelokubhala. 2. lncwadi yokusebenzela
Lena -ke iyizigatshana ezihlelelwe ukuthi emva kokufunda umfundi abhale. lthuthukisa ikhono lokubhala nokuloba.
3. lncwadi kaThisha
lngumongo walolu hlelo. lbonisa uthisha ngendlela okuzokwethulwa ngayo isifundo nokubhekana ngqo naso kanye nokwelekelela
lapho kudingeka khona usizo, ekuthuthukiseni amakhono ahlukahlukene abafundi. Le ncwadi yenziwe yahamba nomgodla wayo okungamathuluzi okwelekelela uthisha ngezinsiza kufundisa.
Lolu hlelo luhlelwe lwahambisana ncimishi nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola. Kuhlelwe izigaba eziyi-12 kwaba ngumsebenzi owanele unyaka wonke.
IsiZulu Sethu Ibanga 2 Incwadi Kathisha
R146,96 Original price was: R146,96.R126,09Current price is: R126,09.
Pay in flexible instalments over 3, 4 or 6 months with Stitch Buy Now Pay Later.
Estimated delivery dates: Thursday 5. March - Thursday 12. March
SKU: 9780796052841
Category: Reader-Core
Tag: IsiZulu Sethu Ibanga 2 Incwadi Kathisha
Brand: Shuter and shooter
Be the first to review “IsiZulu Sethu Ibanga 2 Incwadi Kathisha” Cancel reply
Related products
-14%
-14%
-14%
-14%
-14%
-14%
-16%
-14%


Reviews
There are no reviews yet.