Uhlelo lwezincwadi lsiZulu Sethu lbanga 2: Lolu hlelo luyizingxenye ezintathu. 1. lncwadi Yomfundi Le ncwadi iyingxenye eyisisekelo salolu hlelo ngoba izifundo eziningi ezikuyona zihambelana nezikwezinye izingxenye zalolu hlelo. Kulapho kuthuthukiswa khona amakhono abafundi, kungaba elokulalela nokukhuluma, elokufunda nokubukela kanye nelokubhala. 2. lncwadi yokusebenzela Lena -ke iyizigatshana ezihlelelwe ukuthi emva kokufunda umfundi abhale. lthuthukisa ikhono lokubhala nokuloba.
3. lncwadi kaThisha lngumongo walolu hlelo. lbonisa uthisha ngendlela okuzokwethulwa ngayo isifundo nokubhekana ngqo naso kanye nokwelekelela lapho kudingeka khona usizo, ekuthuthukiseni amakhono ahlukahlukene abafundi. Le ncwadi yenziwe yahamba nomgodla wayo okungamathuluzi okwelekelela uthisha ngezinsiza kufundisa.
Lolu hlelo luhlelwe lwahambisana ncimishi nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola. Kuhlelwe izigaba eziyi-12 kwaba ngumsebenzi owanele unyaka wonke.
IsiZulu Sethu Ibanga 2 Incwadi Yokusebenzela
R72,00 Original price was: R72,00.R62,00Current price is: R62,00.
Estimated delivery dates: Monday 9. March - Monday 16. March
SKU: 9780796052858
Category: Uncategorized
Tag: IsiZulu Sethu Ibanga 2 Incwadi Yokusebenzela
Brand: Shuter and shooter
Be the first to review “IsiZulu Sethu Ibanga 2 Incwadi Yokusebenzela” Cancel reply
Related products
-11%
-10%
-10%
-11%
-11%
-9%
-9%
-10%



Reviews
There are no reviews yet.