Izikhathi eziningi izinto ezimbi azithathwa njengezinto ezingasisa empumelelweni. Kanti futhi izikhathi eziningi, lapho sibhekene nezinkinga, sisheshe silahle ithawula. Kodwa naku sibona uGuitar Boy ephethe isigingci sakhe azenzela sona ngethini likawoyela, esithintitha, esipolisha edlala ngaso ezindaweni eziphezulu, babe abanye abantu bedlala ngezabo zikanokusho. Kodwa yisona leso sigingci esisa uGuitar Boy empumelelweni.
Kodwa ubezoba yini ngaphandle kukanina kanye nezintombi zakhe eziningi? Ubezoba yini khona ngaphandle kokuzethemba? Thatha mfundi, uzifundele nayi incwadi ebhalwe ngolimi olumnandi, olukwenza ukhale lapho kukhalwa khona, uhleke lapho kuhlekwa khona kanti umamatheke kanye naye umlingiswa empumelelweni yakhe nonina.
Izintombi ZikaGuitar Boy (novel)
R193,00 Original price was: R193,00.R181,00Current price is: R181,00.
Dispatched in 2 to 10 working days
SKU: 9780199055463
Category: Phonics Programmes & Reading Schemes
Tag: Izintombi ZikaGuitar Boy (novel)
Be the first to review “Izintombi ZikaGuitar Boy (novel)” Cancel reply
Related products
-6%
-5%

Reviews
There are no reviews yet.