Sihlale sifunda ukuthi kunemihlaba nezinkanyezi ezizungeza ilanga kude lena emajukujukwini asekujuleni komkhathi. Ingabe kukhona yini abantu abahlala komunye wemihlaba esemkhathini? UNhlakanipho, umfana ongumlandi wale ndaba equkethwe kule ncwadi, wayithola le mpendulo ngendlela eyethusayo. Wathunjwa kanye nezinkomo zakubo ezimbili wagcina esezibona esekwelinye izwe khona lena emkhathini. Leli kwakuyizwe lapho kwakungayi khona olubuyayo. Yingani lezi zidalwa zasemkhathini zehlela emhlabeni wethu? Ingabe leso kwakuyisiphelo sempilo kaNhlakanipho?
-5%
Kwelingafelwa Nkonyane (Grade 7 IsiZulu novel) Paperback
Original price was: R128,00.R121,00Current price is: R121,00.
Dispatched in 2 to 10 working days
Estimated delivery dates: Monday 20. April - Monday 27. April

Reviews
There are no reviews yet.