1. lncwadi Yomfundi
Le ncwadi iyingxenye eyisisekelo salolu hlelo ngoba izifundo eziningi ezikuyona zihambelana nezikwezinye izingxenye zalolu hlelo. Kulapho kuthuthukiswa khona amakhono abafundi, kungaba elokulalela nokukhuluma, elokufunda nokubukela kanye nelokubhala.
2. lncwadi yokusebenzela
Lena-ke iyizigatshana ezihlelelwe ukuthi emva kokufunda umfundi abhale. lthuthukisa ikhono lokubhala nokuloba.
3. lncwadi kaThisha
lngumongo walolu hlelo. lbonisa uthisha ngendlela okuzokwethulwa ngayo isifundo nokubhekana ngqo naso kanye nokwelekelela lapho kudingeka khona usizo, ekuthuthukiseni amakhono ahlukahlukene abafundi. Le ncwadi yenziwe yahamba nomgodla wayo okungamathuluzi okwelekelela uthisha ngezinsiza kufundisa.
Lolu hlelo luhlelwe lwahambisana ncimishi nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola. Kuhlelwe izigaba ezingama-20 kwaba ngumsebenzi owanele unyaka wonke.
Masihambisane Ibanga 3 Incwadi Yomfundi
R134,00 Original price was: R134,00.R115,00Current price is: R115,00.
Pay in flexible instalments over 3, 4 or 6 months with Stitch Buy Now Pay Later.
Estimated delivery dates: Friday 6. March - Friday 13. March
SKU: 9780796053534
Category: Uncategorized
Tag: Masihambisane Ibanga 3 Incwadi Yomfundi
Brand: Shuter and shooter
Be the first to review “Masihambisane Ibanga 3 Incwadi Yomfundi” Cancel reply
Related products
-12%
-10%
-9%
-11%
-10%
-10%
-10%
-11%



Reviews
There are no reviews yet.