I-Oxford Inkanyezi inohlelo olusezingeni eliphezulu lokufundisa uLimi lwaseKhaya lwesiZulu. Le ncwadi isetshenziswa othisha kanye nabafundi baseNingizimu Afrika jikelele. Le ncwadi inothile ngezifundo eziqukethwe futhi ezihambisana nezidingo zesiTatimende seNqubomgomo yoHlelo lweziFundo nokuHlola (CAPS), iphinde inikeze abafundi ithuba lokuthuthuka emabangeni amathathu eZingeni eliPhakathi. Lolu hlelo lusebenzisa izindlela ezahlukene zokuthuthukisa amakhono okusetshenziswa kolimi, bese beba nolwazi lokuxhumana olusezingeni eliphezulu. Isiqondiso Sikathisha sisebenziseka kalula siphinde sesekele uthisha ngezindlela ezahlukene zokuqhuba izifundo zakhe ekilasini.
-6%
Oxford Inkanyezi Ibanga 4 Incwadi Yomfundi (CAPS)
Original price was: R157,00.R147,00Current price is: R147,00.
Dispatched in 2 to 10 working days
Estimated delivery dates: Tuesday 10. March - Tuesday 17. March


Reviews
There are no reviews yet.